Kutholakale owesilisa edindilizile emotweni

2016-07-13 16:03

Johannesburg – Owesilisa ongaziwa utholakale kumgwaqo omkhulu u-R59 e-Alberton edindilizile.

Ngokwemibiko ye-African News Agency, abosizo oluphuthumayo i-ER24 bathi lo mlisa utholakale eseshonile emotweni.

“Abosizo lokuqala uma befika bathole imoto iseceleni kogwaqo, ngesikhathi bebona ukuthi iminyango ikhiyiwe, baphule iwindi ukuze bavule,”kusho uChitra Bodasing we-ER24.

Ngesikhathi exilongwa kubonakale ukuthi useminyakeni yo-60 ubudala futhi bezingekho izimpawu zokulimala. Usazohlolwa umzimba wakhe ukuze kutholakale imbangela yokushona kwakhe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.