Kutholakale ukuthi sebashona abasolwa abebefunelwa ezokubulala iphoyisa

2016-07-19 08:00

Brits - Amadoda amathathu kwayisikhombisa asolwa ngokubulala iphoyisa laseNorth West aseshonile, lokhu kuzwakale eNkntolo yeMantshi yaseBrits ngoMsombuluko.

Umshushisi uCassius Mona utshele inkantolo ukuthi laba abathathu abebesohlwini lwabafunwa namaphoyisa bafunwe kwaze kwatholakala ukuthi sebashona.

OLUNYE UDABA: Kubulawe iphoyisa ngakwaDukuza

UMona uthe iyodwa indoda esagcwele amathafa.

Laba abanye abathathu uThulani Mtshali, uMduduzi Gumede noBhekizitha Madondo ababoshelwa icala lokubulala uConstable John Mokotedi, bavele enkantolo ngoMsombuluko kanti icala labo lihlehlele umhlaka-31 Agasti ukuze kuzoqhutshekwa nophenyo.

Amacala abhekene nalabasolwa; elokuiphanga kuhlonyiwe nelokubuklala kulandela izinsolo zokudubukla kubulawe uMokotedi, 36, enxanxathekla yezitolo eBapong eduzane naseBrits ngomhlaka-4 Novemba ngonyaka ophelile.

 - ANA

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.