Kutholakale umbungu emgqonyeni kadoti edolobheni eThekwini

2018-04-25 07:35

eThekwini - Kutholakale umbungu emgqonyeni kadoti emgwaqeni uQueen Street, enkabeni yeTheku, kusho umbiko wabezimo eziphuthumayo ngoLwesibili.

Okhulumela abe-ER24 uRussel Meiring uthe abezimo eziphuthumayo babizelwe endaweni yesigameko emini ngo-12:00.

"Ngesikhathi befika abezimo eziphuthumayo bathole amaphoyisa ezungeze umgqomo kadoti ebuke lesi simanga," kusho yena.

OLUNYE UDABA:Kushone umakoti nabebezolekelela kulungiselelwa umshado

Uthi ngesikhathi behlola isimo, bathola ukuthi lo mbungu ubugoqwe ngocwazi.

"Ngeshwa bekungekho okungenziwa ukuhlenga impilo yengane," esho.

Amaphoyisa asaphenya ngalesi sehlakalo.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.