Kutholakale umbungu ulahlwe endaweni okuhlala kuyo abafundi enyuvesi

2018-01-31 18:02

King William's Town - Kuphenywa icala lokufihla ukubeletha ngemuva kokutholakala kombungu onezinyanga ezine ulahlwe ophikweni lenyuvesi iWalter Sisulu, eButterworth, kusho amaphoyisa ase-Eastern Cape ngoLwesithathu.

Umbungu utholwe ngezithuba zabo-07:00 ngoLwesibili, kusho uCaptain Jackson Mnatha esitatimendeni.

"Umbungu utholwe eduze nalapho okuhlala khona abafundi besifazane nabesilisa," esho.

OLUNYE UDABA:Kutholakale umbungu ePMB

UManatha uqhube ngokuthi kukholakala ukuthi lo mbungu ulahlwe ngoMsombuluko ebusuku.

Okhulumela inyuvesi uYonela Tukwayo, uthe ayizange ibekhona imizamo yokufihla umbungu ngemuva kokuwulahla.

"Umbungu ubungafihliwe, ubulahlwe obala," esho.

UTukwayo uthe umbungu ubufakwe kucwazi njengalowo owatholwa ophikweni lwesikole iBika ngonyaka owedlule.

Uthe udaba lwakamuva ludluliselwe emaphoyiseni ukuze ezophenya.

"Asikezwa lutho emaphoyiseni kodwa siyazi ukuthi bekungakaboshwa muntu," ephetha.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.