Kutholakale ummese emzini okwabulawa kuwo izingane

2016-07-05 14:34

Memphis — Amaphoyisa athole ummese omkhulu wasebhusha ugcwele ‘igazi’ endlini lapho umama wabulala khona izingane zakhe ezine ngokuzinquma uqhoqhoqho, ngokwamaphepha asenkantolo.

UShanynthia Gardner, 29, waseMemphis, uthweswe amacala amane okubulala.

Funda nalolu daba: Uboshiwe osike imbangi isitho sangasese wasishaya nethoyilethi

Izingane zakhe zatholakala zishonile ngoLwesihlanu eShelby County ongoLwesihlanu.

UGardner ubhekene namacala amane okubulala nawokuhlukumeza izingane, ukungazinaki noma ukubeka impilo yazo engcupheni.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.