Kusaphenywa ngomzimba otholakale untanta emfuleni uMngeni

2016-08-08 07:16

Durban - Amaphoyisa avule idokodo kulandela ukutholakala komzimba untanta emfuleni uMngeni ngeSonto ekuseni, kubika iNewswatch.

UCraig Lambinon oyingxenye yeNational Sea Rescue Institute, uthe kubizwe abatshuzi bophiko lweDurban Search and Rescue ukuze bazokhipha lesi sidumbu emanzini.

OLUNYE UDABA:Izikhukhula zase-KZN zidlule nemiphefumulo yabantu

ULambinon uthe:“Sithole umbiko kusukela kubadobi abebehamba ngesikebhe esincane mayelana nomzimba ontanta emanzini.

“Sibize uphiko lwabatshuzi olufike namaphoyisa ukuze bazosiza ukukhipha lesi sidumbu emanzini. Basithathile basidulisela kubacwaningi bezidumbu ukuze kuzophenywa kabanzi ngalo muntu otholakele.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.