Kutholakale usana luntanta esizibeni

2016-07-13 12:35

Johannesburg - Kutholakale usana obelusanda kuzwalwa eFlorida Lake eRoodepoort, entshonalanga yeGoli ngoLwesibili ntambama.

Abosizo lokuqala be-ER24 babizwe ngamaphoyisa endaweni yesehlakalo ngemuva kokubonakala kosana luntanta emanzini.

Funda nalolu daba: Owe-ANC uzibulele ngemuva kokubulala umngani

“Ngesikhathi befika endaweni yesehlakalo, abosizo lokuqala bathole usana oluzalwe ngaphambi kwesikhathi salo esihlabathini ngasesizibeni, lusongwe ngengubo yokulala.”

“Kuthe uma luhlolwa kwatholakala ukuthi selushonile‚”  kusho i-ER24.

Ithe imininingwane egcwele ngokwenzekile ibingakaveli.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.