Kutholakale usana lusongwe ngoplastiki

2017-09-26 09:20

Johannesburg – Kutholakale usana lusongwe ngocwazi kudoti, kusho okhulumela i-ER24 uWerner Vermaak esitatimendeni ngoMsombuluko.

Usana lutholwe kudoti ngobedlula ngendlela ngezithuba zabo-07:45 ekuseni.

Owesilisa ubikele onogada baseBrixton Cemetery, enkabeni yeGoli, ababize abezimo eziphuthumayo.

OLUNYE UDABA: Kubulawe umnikazi wethaveni kubanjwa inkunzi

“Ngeshwa, bekungekho obekusangenziwa ngabosizo lokuqala ngosana lomfana, kwaqinisekiswa khona lapho ukuthi lushonile,” kusho uVermaak.

Amaphoyisa abizelwe endaweni yesigameko, kanti azoqhuba uphenyo ngalolu daba, esho.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.