Kutholake iziqhumane esikhwameni emathuneni

2016-08-11 14:30

Cape Town - Kutholakale isikhwama sigcwele iziqhumane emathuneni aseKleinvlei eKapa ngoLwesibili ebusuku.

ULieutenant-Colonel Andre Traut uthe isikhwama sitholwe simbelwe emathuneni aseWelmoed kanti ezinye zezinto ezitholwe phakathi zisetshenziselwa ukuqhumisa ama-ATM.

OLUNYE UDABA: Kutholakale umgqomo ogcwele iziqhumane emzini wesotsha eFree State

Lezi zikhali nezinhlamvu okubalwa kuzo izibhamu zokuzingela, uthulamsindo wesibhamu nezinye iziqhumane nezinhlamvu ezihlukene kanti ezinye bezigoqwe ngephephandaba laseZimbabwe.

Akukaboshwa muntu okwamanje, kubika iNewswatch.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.