Kutholwe ingane ishonile emgqomeni eMall

2017-08-08 07:00

Bloemfontein - Kutholwe usana lwentombazane lushonile lusongwe ngolastiki eBloemfomntein ngoMsombuluko, kusho abosizo lokuqala.

UNick Dollman we-Netcare 911, uthe ingane itholwe ngumuntu oklinayo emgqomeni kwelinye lamathoyilethi asenxanxatheleni yezitolo endaweni yaseWillow eBloemfontein.

OLUNYE UDABA:Kutholwe ingane isishonile emgqomeni

"Imiboko evela endaweni yesigameko ikhomba ukuthi umuntu oklinayo uthole iphasela wabe esefuna usizo. Isigameko siphenywa ngamaphoyisa," usho njalo.

"Abosizo lokuqala be-Netcare 911 bahlole ingane kodwa ngeshwa besekucacile ukuthi isinesikhathi ishonile. Udaba ludluliselwe emaphoyiseni ngabosizo lokuqala."

 - ANA

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.