Kutholwe isidumbu eMall

2016-12-17 10:36

Johannesburg – Kutholakale isidumbu sowesilisa sinamanxeba amaningi okugwazwa eMaponya Mall ekuseni ngoMgqibelo.

Amaphoyisa athi asola ukuthi isehlakalo senzeke izolo ebusuku kanti umufi ubengakahlonzwa.

OLUNYE UDABA

Imininingwane ngokugwazwa kwakhe ibingakaziwa kanti iziphathiandla zinxusa noma ngabe ubani onolwazi ukuba aphumele phambili.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Mavela Masondo uthi, “Isidumbu sitholwe ngamaphoyisa namhlanje ekuseni. Umufi kungenzeka ukuba uneminyaka ephakathi kwengu-25 kuya kwengu-30 ubudala kanti akaziwa. Ubenamanxeba amaningi okugwazwa.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.