Kutholwe isidumbu sendoda eshile eduze komgwaqo

2017-02-16 14:00

Cape Town – Kutholwe isidumbu sendoda engaziwa eduze nomgwaqo onguthelawayeka, uN2, eCape Town, eWestern Cape, kusho amaphoyisa ngoLwesine.

Lesi sidumbu, esitholakale ngoLwesithathu ekuseni, besinamanxeba okusha emhlane kanye nasekhanda, kusho uCaptain FC van Wyk.

OLUNYE UDABA:Sesitholakele isidumbu somfana 'owahlaselwa yingwena'

Kubikwa ukuthi sitholakale eduze nelokishi iKanana.

UVan Wyk uphinde waveza nokuthi kuphenywa icala lokubulala. 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.