Kutholwe isidumbu sowokufika efulethini eGoli

2016-12-21 16:00

Johannesburg - Kubulawe indoda eneminyaka engu-37 ubudala edabuka eNigeria efulethini eliseLinden, eRandburg, kusho amaphoyisa ngoLwesithathu.

UCaptain Kay Makhubela uthe le ndoda ibinenxeba lokudutshulwa emzimbeni.

OLUNYE UDABA: Kutholakale isidumbu sesalukazi sigwaziwe emzini waso

"Le ndoda ibihlezi esihlalweni ifakwe ucwazi ekhanda. Kutholwe nesibhamu kwelinye igumbi," kusho uMakhubela.

Isidumbu sitholwe ekuseni ngoLwesithathu.

Imbangela yesigameko ayaziwa.

Akukaboshwa muntu okwamanje, kuphetha uMakhubela.

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.