Kutholwe izicubu zesidumbu sowesifazane

2017-10-17 12:31

Johannesburg - Amaphoyisa ePutfontein ngaseBenoni athole izicubu zesidumbu okukholakala ukuthi ngesowesifazane okwabikwa ngoLwesine uwedlule ukuthi udukile.

Okhulumela amaphoyisa uCol Lungelo Dlamini uthe owesilisa obehlala nowesifazane kusolwa ukuthi uzibulele ngempelasonto.

“Sekuvulwe idokodo ngokufa kwakhe,” kusho uDlamini.

OLUNYE UDABA: Kutholakale isidumbu esishisiwe eMngeni 

UDlamini uthe ithimba lamaphoyisa eliqoqa ubufakazi lisahlola ukuthi ngabe izicubu zesidumbu ngezowesifazane obekubikwe ukuthi udukile yini.

“Sizokwazi maduzane ukuthi izicubu ngabe ngezowesifazane okubikwe ngeledlule ukuthi udukile,” kusho uDlamini.

- Sowetan Live

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.