Kutholwe izidumbu ezingu-6 zabesilisa ebebethunjiwe

2017-02-02 07:50

Mexico City – Amaphoyisa aseMexico athole izidumbu eziyisithupha zabantu besilisa okubikwa ukuthi bebethunjwe yizigebengu ebezihlomile eGuerrero, kusho umshushisi ngoLwesithathu.

Umshushisi uXavier Olea uthe abesifazane ababili ababethunjwe kanye nalaba besilisa badedelwe bephila bona.

Kodwa u-Olea uthe abesifazane basagcwele ukwethuka nokwesaba futhi abakakhulumi nabaphenyi.

OLUNYE UDABA: Kulimale abathathu emshadweni kuhlasela ushayasibhamu

U-Olea uthe izisulu kwabikwa ngoMsombuluko ukuthi zithunjiwe.

Kubikwa ukuthi izidumbu zazo zitholakale ngoLwesibili endaweni yase-Acapulco.

Umshushisi uqhube wathi abaphenyi bebengakakwazi ukuthatha izidumbu endaweni yesigameko ngenxa yezimo ezithile ukuze ziyohlolwa.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.