Kutholwe usana lulahlwe emgwaqeni eMgungundlovu

2016-08-03 11:01

Pietermaritzburg - Kutholakale usana lomfana lulaxazwe emgwaqeni uChurch Street edolobheni laseMgungundlovu, kubika i-Eyethu News.

Ngokwemibiko yabezimo eziphuthumayo bafike endaweni yesigameko ngaphambi kokuba kubumbane ihora lesikhombisa ekuseni ngemuva kokubizwa iziphathimandla zakule ndawo.

OLUNYE UDABA:Lutholakale lushonile usana olwalulahlwe ugogo ngenxa kanina

Ngesikhathi abezimo eziphuthumayo befika bathole ingane yomfanyana ilele emgwaqeni isongwe ngengubo.

Ngesikhathi beyihlola bathole ukuthi isaphilo kodwa ingenwe amakhaza. Bayiphuthumise esibhedlela saseNorthdale ukuthola ukwelashwa okuphuthumayo.

 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.