Kutholwe usana lushonile enyuvesi ese-E Cape

2017-07-30 15:01

Johannesburg - Kutholwe usana lushonile, lumbozwe ngoplastiki ophikweni lwenyuvesi iWalter Sisulu University, iSteve Biko, eButterworth ngoLwesihlanu, kusho amaphoyisa ase-Eastern Cape.

UCaptain Jackson Manatha, okhulumela amaphoyisa uthe unogada owayesebenza ngalolo suku wabona inja ihudula uplastiki.

OLUNYE UDABA: Kutholakale usana lulahlwe emgqonyeni

"Ngeskhathi le njal iwuhudula lo plastiki, unogada ube esebona isidumbu esincane sengane. Lo nogada ube esesondela eyobheka wafike wabona ingane. Isigameko senzeke ngomhlaka-28 Julayi 2017, ngoLwesihlanu, ngezithuba zabo-11:00," kusho uManatha.

"Kwabikelwa amaphoyisa ngokutholakala kwengane, ingane yahanjiswa emakhazeni. Kuvulwe icala lokufihla ukuzalwa kwengane. Bekungakaboshwa muntu okwamanje."

UManatha ucele ukuthi lowo onolwazi ngokufihlwa kokuzalwa kwengane abikele amaphoyisa aseMsobomvu.

- ANA

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.