Kuthungathwa ababambe inkunzi imoto ethwala imali

2018-04-24 09:35

Johannesburg - Amaphoyisa athungatha abasolwa ngokubamba inkunzi imoto ethwala imali ngoMsombuluko ntambama.

Isigameko sokubanjwa kwemoto ethwala imali senzeke eStinkwater endaweni yaseHammanskraal, enyakatho yePitoli.

Okhulumela amaphoyisa uKay Makhubele uthi izigebengu ziqhumise imoto yonogada bemoto ethwala imali yakwa-G4 Security, babaleka nesamba semali esingadalulwanga.

OLUNYE UDABA: I-ANC eKZN isikulungele ukuya okhethweni

Akekho umuntu oshonile noma othole ukulimala kulesi sigameko, kanti kuvulwe icala lokuphanga kuhlonyiwe.

UMakhubele uthi bacela noma ngabe ubani onemininingwane engasiza kutholakale abasolwa ukuba abasize.

- SABC

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.