Kuthungathwa ababulale amadoda amane emjondolo KwaMakhutha

2017-08-03 11:01

Durban - Iziphathimandla zokuPhepha koMphakathi KwaZulu-Natal zicela lowo onemininingwane ngokubulawa kwabantu abane emjondolo esogwini oluseningizimu ukuba bavele ngaphambili.

Amaphoyisa athi la madoda adutshulwe abulawa ngoLwesihlanu emzini oKwaMakhutha endaweni yaseDu Toit.

UNgqongqpshe uvakashele amalungu omphakathi kuleli sonto.

OLUNYE UDABA:Kudutshulwe amadoda amabili kuphangwa eGoli

Isikhulumi sithe kunemibiko engaqinisekisiwe ethi isigameko besihlobene nobugebengu bezidakamizwa.

ULt-Col Thulani Zwane, okhulumela amaphoyisa, uthi asathungatha oshayasibhamu.

"Amaphoyisa aKwaMakhutha asathungatha abasolwa. Kuvulwe amacala okubulala amane kanti imbangela yesigameko ayikaziwa," usho njalo.

 - Newswatch

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.