Kuthungathwa ababulale umshayeli wetekisi

2017-08-18 18:00

Cape Town - Amaphoyisa aseMthatha athungatha absolwa ababulale umshayeli wetekisi odutshulwe washona elibangise kwakhe.

Le ndoda eneminyaka engu-32 ubudala ibilibangise kwayo, emjondolo yasePhola Park ngoLwesne ebusuku ngesikhathi kuqhamuka oshayasibhamu abangaziwa bavulela ngenhlamvu bebhekise ngakuyo.

OLUNYE UDABA:Kudutshulwe umshayeli wetekisi ekhala ngokushoda kwemali eRandburg

Oshayasibhamu bebehamba ngemoto yohlobo lwe-sedan emhlophe.

Okhulumela amaphoyisa uMzukisi Fatyela uthe bayaphenya.

"Okwamanje asinaso isiqiniseko ngembangela yokubulawa kwale ndoda."

 - EWN

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.