Kuthungathwa abadubule amaphoyisa

2018-03-18 15:04

Johannesburg - Amaphoyisa asathungatha abasolwa abane abalimaze amaphoyisa amabili esigamekweni sokudubulana esenzeke eGreenside eGoli ngoMgqibelo.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Kay Makhubele uthi amaphoyisa abikelwe ngemoto esolisayo yohlobo lwe-Audi ebipake eceleni komgwaqo.

Kuthe uma amaphoyisa aqonda kuyona, abebephakathi bavulele ngenhlamvu, kwadubuleka ampahoyisa amabili.

OLUNYE UDABA: Kulimale 33 wabantru ezingozini ezahlukene eThekwini

Abasolwa babalekile ngemuva kwesigameko.

Bashiye isibhamu sohlobo lwe-AK47‚ nesibhamu esincane, kanti ngokuhamba kwesikhathi amamphoyissa aphinde athola esinge isibhamu esincane emotweni yohlobo lwe-Audi ebisishiywe yodwa.

- Sowetan Live

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.