Kuthungathwa abagqekeze ehhotela, bantshontshela izivakashi

2017-09-29 09:31

Limpopo – Kuthungathwa abasolwa abagqekeze ehhotela babamba inkunzi izivakashi eHaenertsburg, ngaphandle kwaseTzaneen, ekuseni ngoLwesine, kusho amaphoyisa endawo.

Okhulumela amaphoyisa aseLimpopo uColonel Moatshe Ngoepe uthe, esitatimendeni, ngezithuba zabo-01:14 ekuseni, abasolwa bagqekeze ehhotela, nokuthe uma sebengaphakathi, bangena emagunjini amane baphinde bazama nokugqekeza amanye amabili.

Ngokombiko weLetaba Herald, ezinye zezisulu bekuyizivakashi zasePeru ebeziqashe eMagoebaskloof Hotel.

UNgoepe uthe kwelinye lamagumbi bekunesivakashi esineminyaka eko-40 ubudala esithathelwe ikhamera, yizipopolo, yizingubo kanye namaphepha emvume yokuba kuleli.

"Lesi sivakashi sesifazane asilimalanga kulesi sigameko,” kusho uNgoepe. 

OLUNYE UDABA: Kuhlaselwe izaguga zigetshengwa epulazini

Kwamanye amagumbi okulala kwebiwe ama-plasma.

UNgoepe uthe kuvulwe icala lokugqekeza nelokweba kanti amaphoyisa ayaphenya.

Lesi sigameko silandela leso esenzeke ngeSonto eFourways, eGoli lapho khona kugetshengwe izivakashi ezingu-36 zaseNetherlands.

Lezi zivakashi kudingeke ziphothule uhambo lwazo ngaphambi kwesikhathi ebezisihlelile, zabuyela emuva ngoLwesibili.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Senior Project Manager

Cape Town
Mass Staffing Projects
R600 000.00 - R750 000.00 Per Year

C# Team Lead

Cape Town
Goldman Tech Resourcing
R300 000.00 - R480 000.00 Per Year

Audit Senior

Cape Town
Tumaini Consulting
R180 000.00 - R216 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.