Kuthungathwa abashayeli bezimoto ezine ezishayise owesifazane

2017-12-15 18:00

London - Ikhamera ye-CCTV itshengisa konke okwenzeke ngesikhathi owesifazane eshayiswa yizimoto ebezilandelana, kubika iSky News.

Kule khamera kubonakala iloli elimhlophe lishayisa lo wesifazane yalandelwa yimoto yohlobo lweMercedes, kulesi sigameko esenzeke eTulse Hill, eLondon.

Kuvele nesinye isithombe semoto emnyama efana neVauxhall SUV, okukholakala ukuthi ingeyesithathu ukugibela lo wesifazane.

Kuthiwa lo wesifazane uqale washayiswa yi-HGV ngesikhathi ewela umgwaqo uNorwood ekuseni ngehora lesikhombisa.

Amaphoyisa athi amalambu amarobhothi abeluhlaza kanti umnikazi wemoto uhlulekile ukuma ngesikhathi kweqa lo wesimame wase eyamshayisa, kwalandela ezinye izimoto nazo zenza okufanayo.

OLUNYE UDABA:Ukhubeke wawa ebalekela ingozi oshayiswe yimoto washona

Babili abashayeli babanjwe ngamaphoyisa kanti sekukhishwe izithombe zezimoto zabashayeli ababili abangakatholakali.

Umshayeli weveni ngowesilisa oneminyaka engu-49 ubudala kanti usephekwe ngemibuzo mayelana lesi sehlakalo. Umshayeli wemoto yesine naye okunguwesilisa, 52.

Laba bagcinwe esitokisini njengoba uphenyo lusaqhubeka.

Amaphoyisa athole ukuthi umufi lo udabuka kwelasePoland kanti kusalindwe umndeni wakhe ukuba uzohlonza isidumbu sakhe njengoba sewubikelwe ngalesi sehlakalo.



Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.