Kuthungathwa abasolwa abazenze onogada bathatha imali engango-R9m

2017-09-20 07:02

 Kimberley-  Uphiko loKlebe lufuna usizo lomphakathi ukuze kubanjwe abasolwa abagebenge uR9m e Kuruman Northern Cape.

"Kungumsebenzi womphakathi ukuthi ulekelele amaphoyisa ukhombe izigebengu ukuze zibanjwe,” kusho uKaputeni Philani Nkwalase.

Kuthiwa amadoda amabili abezenza onogada angene emagcekeni e-G4S banikezwa imali engango-R9 m obekumele ihanjiswe kwabe- Cash Payment System (CPS).

OLUNYE UDABA:Amaphoyisa athungatha abasolwa ngemuva kokushiswa komtholampilo

UNkwalase uthi abasolwa bashaye bachitha nale mali kwabonakala ngesikhathi sekufike inkampani yonogada yangempela izolanda imali.

Yize bebabili abantu abenze lobu bugebengu, kukhona isithombe somsolwa oyedwa esesisatshalalisiwe.

“Uma singathola lo msolwa oyedwa, uzosixhumanisa nalo omunye ayehamba naye,” kuqhubeka uNkwalase.

Suspects wanted after Kuruman cash heist | News Article

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.