Kuthungathwa abasolwa ngemuva kokutholakala kwesidumbu sowesimame

2018-02-10 15:32

Polokwane - Amaphoyisa aphume umkhankaso wokuthungatha abasolwa abathumba futhi babulala owesimame.

Okhulumela amaphoyisa uBrigadier Motlafela Mojapelo uthi lo wesimame oneminyaka engu-47 ubudala wakwaGa-Mashashane outside Polokwane.

Isidumbu sikaVeronica Mapula Mahanyele sitholakale silahlwe esikhotheni ngaseNewlands, Ga-Mashashane sitholwe wumuntu obedlula lapha ngoLwesihlanu.

UMojapelo uthi uMahanyele, obesebenzela umnyango wezokuThuthukiswa kweziNdawo zasemaKhaya kanye nezomhlaba ePolokwane wahamba ekhaya lakhe eliseGa-Matlala ePhofu ngoMsombuluko kodwa akazange afike emsebenzini.

OLUNYE UDABA:UChicco uthi ubaba kaSenzo unobuSathane

Umndeni wakhe wathuka kakhulu ngokunyamalala kwakhe kwaze kwavulwa icala lomuntu olahlekile ngoLwesine.

Umndeni wakhoma iveni lakwaToyota elatholakala ngoLwesibili endaweni yaseChristina, ga-Maraba on Tuesday, nujengelikaMahanyele.

Leli veni latholakala lishile kukhona nesidumbu somuntu ongaziwa phakathi.

"Uphenyo lwamaphoyisa luyaqhubeka kanti kusazokwenziwa ulibofuzo ukuze kutholakale ukuthi ngesikabani isidumbu esatholakala emotweni.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.