Kuthungathwa abasolwa ngokubamba inkunzi enxanxathela yezitolo ePitoli

2016-08-08 19:04

Pretoria - Amaphoyisa athungatha amadoda amabili asolwa ngokubamba inkunzi eistolo sokudlela iPanarottis pizza enxanxathela yezitolo iKolonnade Mall.

Okhulumela amaphoyisa uWarrant Officer Johan van Dyk utshele abezindaba iPretoria News ukuthi abasolwa bangene enxanxathela yezitlo ngesikhathi isitolo sesizovalwa ngeSonto ebusuku.

OLUNYE UDABA: Ivideo: Kweqa izigebengu evenini yamaphoyisa

"Amadoda amabili angene eshesha esitolo ngezithuba zabo-22:00 ngeSonto ebusuku afuna imali," kusho Van Dyk.

"Athatha imali aphuma abaleka nayo aya endawnei yokupaka izimoto ahlangana neveni ebipakile, akhipha umshayeli wayo aduna iveni ashaya achitha nayo."

UVan Dyk uthe amaphoyisa akwazile ukuzifica izigebengu ezishiye kanjalo imoto ngemuva kokuba kuqale ukudubulana..

Kutholakale imali engango-R2 000 evenini.

"Njengamanje amaphoiyisa asaphenya kanti akukaboshwa muntu."


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.