Kuthungathwa abasolwa ngokubulala ummeli odumile eKapa

2016-11-09 07:36

Cape Town - Amaphoyisa athungatha umsolwa noma abasolwa ngokubandakanyeka esigamekweni sokubulawa kommeli odumile eKapa.

UNoorudien Hassan udutshulwe wabulawa ngaphandle komuzi wakhe oseLandsdown ngoMsombuluko.

Imbangela yesigameko ayikacaci.

UHassan obeseneminyaka engu-19 engummeli, ubemela inqwaba yabaholi bamaqembu ezigebengu kubalwa noRalph Stanfield noJerome Booysen.

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe kwabulawa ummeli oqavile

Inhlangano emelene namaqembu obugebengu iPeople agaimnts Gangsterism and Drugs isimgxeke kaningi ngaphambilini ngokumela izigebengu nosomabhizinisi abanenkohlakalo.

Owenhlangano uHaroon Orrie uthe yize kungesibo abamhlaselile kodwa abadabuki ngokubulawa kwakhe.

"Abantu abanje, izimantshi ezigcwele inkohlakalo kanye nosomabhizinisi eCape Flats abeseka ukungcola endaweni nezinto ezenziwa ngobumnyama."

Khonamanjalo abangani nabanye abameli okubalwa uPete Mihalki badlulise amazwi enduduzo emndenini kaHassan.

"Ubengumuntu ozithobile, ubaba oqotho ezinganeni zakhe futhi engumyeni olungile."

Lo mmeli oneminyaka engu-45 ubudala ufihlwe eKapa ngoLwesibili.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.