Kuthungathwa abesifazane abasolwa ngokudlwengula owesilisa

2017-12-11 18:04

Polokwane - Amaphoyisa athungatha abantu besifazane abababili abasolwa ngokudlwengula indoda ngemuva kokuyihoqa ukuba iphuze isiphuzo esithile eduzane naseTzaneen, kusho amaphoyisa aseLimpopo ngeSonto.

Amaphoyisa ophiko lwe-South African Police Service (SAPS) asephinde agxeka ubugebengu obuqhubekayo ezindaweni ezahlukene okucelwa kuzo olifti esifundazweni jikelele," kusho uLt-Col Moatshe Ngoepe.

Kusolwa ukuthi ngezithuba zabo-07:45 ngoMgqibelo ekuseni "abesifazane ababili" ababehamba ngemoto yohlobo lwesedan  besukaePolokwane belibangise eTzaneen bagibelisaisisulu, 25, esasime ePolokwne lapho abatu abacela khona ukugitsheliswa.

OLUNYE UDABA: Kudlwengulwe indoda, 54, ilele emzini wayo

Babe sebesuka baya emahlathin eMakgoebaskloof, lapho abafike bakhomba khona isisulu ngesibhamu basiphoqa ukuthi siphuze okuthile base besidlengula, kusho uNgoepe.

"Ngemuva kwalokho, babe sebesuka behamba nesisulu baze basishiya endaweni esehlane eduzane nasedolobhei iTzaneen lapho esehla saqonda esiteshini samaphoyisa siyobika ngodaba lwaso."

Uphenyo lwakamuva ludalule ukuthi abasolwa babehamba ngemoto yohlobo lwe-Tazz. Abasolwa abaziwa kanti futhi bekungakaboshwa muntu.

"Njengamanje isisulu sisesibhedlela esimeni esibucayi. Amalungu omphakathi alulekwe ngokuhamba ngezinto zokuhamba ezithembekile noma eokuhamba umphakathi ngaso sonke isikhathi ukugwema izigameko ezifan nalesi," kusho uNgoepe.

 - African News Agency/ANA

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.