Kuthungathwa indoda 'edubule yabulala' umqashi wayo

2018-05-02 16:00

Durban - Amaphoyisa aseThekwini athungatha indoda esolwa ngokudubula ibulale umqashi wayo.

Kulesi sigameko kubikwa ukuthi kubulawe indoda eneminyaka engu-40 ubudala ngoMsombuluko ebusuku emsebenzini kuMngeni Road.

OLUNYE UDABA:Owesilisa udubule wabulala uzakwabo emsebenzini

Okhulumela amaphoyisa aKwaZulu-Natal uThulani Zwane uthi kuvulwe icala lokubulala. UZwane uphinde wathi umsolwa ubalekile endaweni yesigameko ngemuva kokudubula.

"Imbangela yesigameko sokubulala ayikaziwa okwamanje. Umufi ubemazi umsolwa futhi sekuphele iminyaka engu-13 umsolwa ubesebenza nomufi enkampanini eyodwa," esho.

 - Newswatch



NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.