Kuthungathwa indoda ephe izingane uswidi 'onobuthi'

2016-11-10 14:31

Johannesburg - Kugule izingane ezingu-60 zasezikoleni ezintathu ezehlukene eGoli ngoLwesithathu ngemuva kokwamukela oswidi endodeni engaziwa ngoLwesibili.

Lezi zikole zonke zisendaweni yaseThe Hill.

UMnyango wezeMfundo eGauteng uthe ngaphambilini ububikelwe ukuthi zingu-20 izingane ezithinteke kulesi sehlakalo kodwa kuphinde kwavela ukuthi kunezinye izingane zasezikoleni ezimbili ezithintekile.

OLUNYE UDABA: UMnyango uxwayise abafundi nabazali ngokugula kwezingane ezidle 'ushevu' esikoleni

UNgqongqoshe wezeMfundo eGauteng uPanyaza Lesufi uvakashele abafundi esibhedlela iChris Hani Baragwanath.

"Kunabafundi ababili abasasesimeni esibucayi abasekude ukuphuma esibhedlela," usho njalo.

"Sithemba ukuthi bonke abafundi bazophuma esibhedlela ngokushesha."

Okhulumela amaphoyisa eGauteng uCaptain Kay Makhubele uthe amaphoyisa athungatha indoda enikeze abafundi oswidi.

Kuvulwe icala lokuzama ukubulala.

 - The Star

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.