Kuthungathwa iziboshwa ezeqe esitokisini eLimpopo

2018-03-14 18:01

Johannebsurg - Amaphoyisa eSekgosese ngaphandle kwaseGiyani athungatha amadoda amathathu eqe esitokisini.

Okhulumela amaphoyisa uColonel Moatshe Ngoepe, uthe lezi ziboshwa zeqe ngesikhathi zisuka ejele ziyovela enkantolo esePhalaborwa.

Abasolwa ngoLucky Nchaupa, 20, waseThakgalane obeboshelwe icala lokubulala, uSunnyboy Maleka, 32, waseRaphahlelo obeboshelwe icala lokugqekeza noThabang Mashashane, 25, waseSephukhubje yena oboshelwe icala lokudlwengula.

OLUNYE UDABA:Kweqe iziboshwa ezingu-6 ejele eW Cape

UNgoepe uthe amaphoyisa aphenya ukuthi isigameko senzeke kanjani.

Unxuse lowo ongase abenolwazi olungasiza ekutheni abasolwa baboshwe kabusha ukuba axhumane noCaptain Richard Boshomane ku-079 894 5501.

 - Daily Sun

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.