Kuthungathwa izigebengu ezingu-8 ezihlasele owesifazane

2016-07-21 14:32

Johannesburg – Amaphoyisa nabaqaphi bepulazi baphume inqina endaweni yaseVaalbank, ngaseBronkhorstspruit, bafuna iqembu lezigelekeqe elihlasele owesifazane esemzini wakhe.

Kuthiwa lesi sigameko senzeke ngoLwesithathu ebusuku.

Lo wesifazane, osebenza emakhishini kepha ohlala kwelinye lala mapulazi, ubesendlini yakhe ngesikhathi engenelwa amadoda ase eyamshaya, kusho inhloko yezokuphepha ku-AfriForum, u-Ian Cameron, etshela iNews24 ngoLwesine.

OLUNYE UDABA: Kuthungathwa izigebengu ezebe umshini oyingozi e-KZN

“Ubeyedwa endlinu yakhe ekulona leli pulazi ngesikhathi engenelwa amadoda ayisishiyagalombili. Okwamanje asazi kuthathweni ngesikhathi ehlaselwa.

“Abahlaseli babaleke ngonyawo, kanti sicabanga ukuthi basekhona endaweni.”

Uthe la madoda ayizigelekeqe ezaziwayo endaweni.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.