Kuthungathwa obelayishe amateku e-Adidas angombombayi elolini

2016-12-29 14:31

Johannesburg - Amaphoyisa athungatha umshayeli weloli ozame ukuwela umncele waseLebombo namateku okusolwa ukuthi angombombayi emali engu-R8.7 million.

Iziphathimandla zaseSouth African Revenue Services zamisa imoto eyayithwele amateku e-Adidas angu-9 085 naNGU-1 850 eNike.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe abasifazane abatholwe namaFong Kong

UJanine Mqulwana we-SARS uthe bekungakaboshwa muntu okwamanje njengoba umshayeli ekwazile ukubaleka ngezinyawo.

UMqulwana uthe ukuphula kuphenywa iCustoms and Excise Act, Counterfeit Act and Criminal Procedures Act.

 - EWN

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.