Kuthungathwa obhixe owesifazane ngamakaka ebusweni

2016-07-01 20:31

Manhatten - Amaphoyisa athungatha indoda ngelokuhlasela ngemuva kwezinsolo zokushutheka  owesifaszane amakaka ebhulukweni nokusinda omunye ngawo ebusweni, kusho amaphoyisa aseNew YOrk.

UMnyangowamaphoyisa eNew York athe isigameko senzeke ngezithuba zabo -18:00 ngoMsombuluko ku-74th Avenue eManhatten.

OLUNYE UDABA: Uphume phambili owayefunza izingane amakaka enkulisa

Esigamekweni sokuqala owesifazane obehamba ku-East 74th Streeth eduzane nakuFirst Avenue ngesikhathi kuqhamuka le ndoda ngemuva kwakhe wamubamba okhalweni washuke ushekhasi wamakaka ebhulukweni lakhe.

 Isisulu besikhuluma ocingweni ngaleso sikhathi, umsolwa egqoke amagilavuzi.

Amaphoyisa athe lo wesifazane akamazi umsolwa. Ngemuva kwehora elilodwa kwenzeke isigameko le ndoda ihlasele omunye wesifazane ku-East 91st Street phakathi kwaPark noMadison Avenue.

Le ndoda ibhixe lo wesifazane ngamakaka ebusweni yaqeda yabaleka, kubika iWorldwierdNews.



“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.