Kuthungathwa obulale umama wengane ngoba emalile

2018-01-30 18:01

Johannesburg - Amaphoyisa aseGuteng athungatha indoda yaseSoweto kulandela izinsolo zokudubula ibulale umama wengane yayo yalimaza nomastende wakhe.

Umsolwa uchazwe emaphoyiseni njengosebenza ematekisini ase-Ormonde View Flats, eduzane naseSouth Gate.

Amaphoyisa athe umsolwa, 39, owaziwa ngokwenz aumsebenzi wokuthutha izingane azihambise esikoleni endaweni, udubule umama wengane yakhe oneminyaka engu-34 ubudala, eWhite City, ngoMsombuluko ebusuku.

OLUNYE UDABA:Owesilisa udubule intombi eshadile ngemuva kokwaliwa

Umsolwa uvakashele lo wesifazane ngenhloso yokuzama ukulungisa ubudlwelwano babo, kodwa akubanga njengokucabanga kwakhe njengoba lo wesifazane ekhethe ukumala.

Ngesikhathi emala umsolwa ube esehosha isibhamu wadubula wabulala intombi yakhe.

“Ngesikhathi umastende ezwa ukuqhuma kwesibhamu, uphumile wayobheka okuqhubekayo,” kuchaza isitatimende samaphoyisa.

Umsowa kuthiwa ube esedubula umastende wentombi oneminyaka engu-57 ubudala. Udubuleke engalweni wasala esezinhlungwini ngesikhathi umsolwa ebaleka endaweni yesigameko. 


 - African News Agency/ANA

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.