Kuthungathwa ogwaze izinja ebezinuka umdlwane wakhe

2016-07-19 11:33

Sacramento - Amaphoyisa athungatha indoda ngecala lokuhlukumeza izilwane ngemiva kwezinslo zokugwaza izinja ezimbili ngoba zinuke eyakhe, kusho amaphoyisa aseCalifornia.

Amaphoyisa ase-Oakland athe isigameko senzeke epaki yezinja ngeSonto.

OLUNYE UDABA:Ugwetshiwe owayehlukumeza izinja aze azibhonye ngesagila

URobert Selhorst uthe ubehambise izinja zakhe epaki yezinja ngesikhathi eyodwa yezinja ibona indoda nomdlwane wayo.

Inja ibe isigijimela umdlwane yafike yawunuka nomnikazi wawo.

Le ndoda kubikwa ukuthi ivele yavuka umbhejezane. Yadonsa ummese yagwaza inja ebinuka umdlwane. Kwaqhamuka enye inja nayo yagwazwa.

Le ndoda ibe isicosha umdlwane wayo yahamba.

Kudingeke ukuba uSelhorst ahuthumise izinja zakhe emtholampilo wezinja ziyolahswa, kubika iwwww.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.