Kuthungathwa owase-Egypt 'othumbe indodakazi yakhe'

2017-09-06 17:59

Johannesburg - Amaphoyisa aseGoli athungatha indoda edabuka e-Egypt ebaleke nendodakazi yayo enenyanga eyodwa izelwe.

Esitatimendeni samaphoyisa ngoLwesithathu, okhulumela amaphoyisa uCaptain Xoli Mbele, uthe uMostafa Makhlouf, 21, kusolwa ukuthi uthumbe ingane ngomhlaka-4 Septhemba ngezithuba zabo-16:00.

UMbele uthe umsolwa uye emzini oseMayfair wafike wathatha ingane kumama wayo wabe esephumela ngaphandle, lapho afike "angena khona emotweni yohlobo lwe-Peugeot 206 eGoli wakhala amaphepha ngesivinini esiphezulu".

OLUNYE UDABA:Ithunjwe nguyise ingane enenyanga izelwe

Le ndoda kusolwa ukuthi ishayise ugogo wengane ozame ukuyivimba.

Onolwazi ngesigameko uyacelwa ukuba axhumane noConstable Matshata ku-083 438 8475 wamaphoyisa ophiko lwe-Family Violence, Child Protection and Sexual Offences, eGoli.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.