Kuthungathwa umfundi kamatikuletsheni ogwilize kwaDukuza

2016-11-18 11:32

KwaDukuza -Abafundi abathathi bakamatikuletsheni bebeyobungaza ukuqeda izivivinyo bethatha nezithombe olwandle ngesikhathi oyedwa wabo eminza.

Umfundi oneminyaka engu-19 walahleka ngemuva kokuthi agwilize olwandle eBlythedale Beach eThekwini.

Ababekhona babiza abasizi basolwange kwaDukuza ukuba bazozama ukutakula le ntombazane ngoLwesine.

OLUNYE UDABA:Kuminze ingane emfuleni eJoe Slovo

"Abafundi abathathu besimame baseMandeni bebesolwandle beyongcebeleka bejabulele ukuqeda izivivinyo zabo. Bebethatha izithombe olwandle ngesikhathi kufika igagasi elikhulu lamthatha oyedwa," kusho unsumpa wama-Lifeguard kwaDukuza uBongani Xulu.

Abezimo eziphuthumayo kanye nabatshuzi basebenze ngokukhulu ukuzikhandla ukuthungatha lo mfundi baze bamiswa isimo sezulu ebesingesihle kahle.

Ngokubika kwe-North Coast Courier Kuthiwa lesi simo sifana nalese esenzeka ngonyaka odlule endaweni yaseZimbali lapho kwagwiliza khona umfundi.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.