Kuthungathwa umshayeli wetekisi odubule omunye ngemuva kokungqimuzana ngequpha

2018-01-24 09:32

Johannesburg – Amaphoyisa aseSoweto athungatha umshayeli wetekisi othinteka esigamekweni sokudubula esenzeke emgwaqeni ngoLwesibili ebusuku ngemva kwengxabano.

UCaptain Mpande Khoza uthi umshayeli weyekisi nomunye umshayeli ‘bebesikana’ emgwaqeni ngaphambi kokuba baphume ezimotweni zabo ngaseMofolo South Clinic, bashayane ngequpha.”

Umshayeli wetekisi ubuyele etekisini lakhe, wathatha isibhamu, wadubula umshayeli ehlombe, esiswini naseqolo.

Ube eseshiya itekisi khona lapho, wabalekela ehlathini eliseduzane.

OLUNYE UDABA: Inesi libelethise owesifazane kuqhubeka umbhikisho endaweni

Umshayeli odutshuliwe uyiswe eChris Hani Baragwanath Hospital esesimeni esibucayi.

Amaphoyisa athungatha umshayeli wetekisi, asola ukuthi ucashiswe ngabantu asondelene nabo lapho ekhona.

Onolwazi ngalona wesilisa uyacelwa ukuba axhumane noColonel Japie Van Wyk ku-084 587 4049 noma ku-011 527 0000 ngezikhathi zomsebenzi.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.