Kuthungathwa umsolwa kulandela ukudutshulwa kwezingane ezimbili

2017-01-28 13:26

Cape Town – Amaphoyisa asaphansi phezulu athungatha owesilisa osolwa ngokuba ngushayasibhamu ezigamekweni ezimbili ezehlukene eKapa kuleli sonto.

Esigamekweni sokuqala kulimale ingane kwathi umama wayo washona.

Usana lwentombazane olunezinyanga eziyisithuha lidubulekile lathola ukulimala ngesikhathi kugqekezwa kubo eSweet Home Farm, ePhilippi, ngoLwesithathu ekuseni.

NgoLwesibili, kudutshulwe ingane yentombazane, 5, yalimala ngemuva kokushaywa yinhlamvu ephaphalazile kulwa amaqembu ezigelekeqe eHanover Park.

OLUNYE UDABA: Kuthungathwa obulale umuntu ngoKhisimusi

UNgqongqoshe wezokuPhepha koMphakathi eWestern Cape uDan Plato uzigxekile lezi zigameko.

“Ngiyajabula ngoba amaphoyisa alusukumele lolu daba. Kubalulekile ukuthi basheshe babanjwe abenzi bokubi ukuze ubulungiswa buzokwenzeka masinyane.”

Zombili lezi zingane zibangwa nezibi esibhedlela.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.