Kuthungathwa umsolwa ogebenge isalukazi emzini waso

2018-02-27 16:01

Bloemfontein - Amaphoyisa aseFree State athungatha umsolwa ogqekeze emzini wesalukazi esineminyaka engu-78 ubudala.

Kuthiwa lo wesimame uhlaselwe elele kwakhe ngesikhathi owesilisa egqekeza emzini wakhe ngezintatha zangoLwesine.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Stephen Thakeng uthe lesi salukazi savuswa wumsindo endlini, savuka sayohlola ukuthi udalwa yini.

"Saphuma egumbini laso lokulala sibheke ekhishini, asizange sikhanyise. Ngesikhathi sifika ekhishini, sabona ukuthi umnyango ugqekeziwe," kusho uThakeng.

OLUNYE UDABA:Umunyu nentukuthelo kukhunjulwa amaphoyisa kolwaseNgcobo

Kuthiwa umsolwa wayalela lo wesifazane ukuba alale abheke phansi, wase emtshela ukuthi akaye egumbini lakhe lokulala lapho afike waboshwa khona izandla ngentambo.

UThakeng uthi kwebiwe i-DVD Player, omabonakude abathathu kanye nezipikha ezine.

Uma kukhona onolwazi ngalesi sigameko angaxhumana nephoyisa eliphenya leli cala uWarrant Officer Ezekile Sehong wophiko lwe-Allanridge Detective Services ku-057 452 3818 ngezikhathi zomsebenzi noma kumakhalekhukhwini kule nombolo 082 466 8196.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.