Kuvaleleke umndeni nezivakashi eliftini eKapa

2017-11-29 11:00

Cape Town - Ushaywe wuvalo umndeni waseKapa neqembu lezivakashi ngesikhathi uvaleleke eliftini ebhilidini elisha elisanda kuvulwa eZeitz Museum of Contemporary African Art e-V&A Waterfront.

UCarol Roberts, nomndeni wakhe bebevakashele endaweni egcina amagugu ngoLwesithathu olwedlule.

Yize kunjalo, ngesikhathi engena eliftini wayengakulindele okumehlele.

"Ngangena eliftini nomzukulu wami, yindodakazi yami nomyeni wami kanjalo nabanye abantu abangu-15 iningi labo izivakashi, kuthe ilifti isinyukela phezulu yavele yama.

OLUNYE UDABA:Kuhlengwe abangu-20 abebevaleleke eliftini eThekwini

"Sibe sesiqala sicindezela ibnkinobho yombobho kodwa sangaluthola usizo," kusho uRobert.

Ngenhlanhla, indodakazi yami uKelly Kohler ibipaka imoto ngesikhathi ithola umqhafazo ovela kudadewabo obeseliftini nami.

Ngemuva kwehora, uthe kufike umuntu ezobasiza ephethe ukhiye kodwa awuzange usebenze baphoqeleka ukuba baphinde balinde.

Kuthathe eminye imizuzu engu-45 ngaphambi kokuba sigcine sihlengiwe, kusho uRoberts.

Abakule ndawo, nakuba kunjalo, bakuphikisile okushiwo wuRobert ngesehlakalo bathi bahlala eliftini imizuzu engu-25.




 - Cape Argus

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.