Kuvalwe imigwaqo ngenxa yombhikisho

2017-07-20 12:29

Tshwane – Kuvalwe imigwaqo ngamathayi ezimoto nangamatshe ngoLwesine ekuseni njengoba kuqhubeka umbhikisho eMamelodi East, enyakatho-mpumalanga yePitoli.

Amaphoyisa athi lo mbhikisho ulandela owabashayeli bamatekisi ngoLwesithathu eMamelodi West, lapho bebekhala khona ngokuxhashazwa ngamaphoyisa omgwaqo ngokubahlawulisa ngokweqile.

Okhulumela amaphoyisa eGauteng uCaptain Kay Makhubele uthe izimoto zihanjiswa ngeminye imigwaqo kanti iziphathimandla zisiqaphile isimo.

OLUNYE UDABA: I-ANC eKZN ifuna athathelwe izinyathelo uKhoza

"Siyakuqonda ukuthi umbhikisho umayelana nokulethwa kwezidingongqangi. Sixoxisana nezakhamuzi, sizama ukuthola ukuthi zifuna ukukhuluma nobani,” kusho uMakhubela.

Weluleke abashayeli ukuba bangasondeli ngakule ndawo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.