Kuvalwe ingxenye yomgwaqo u-N2 ngenxa yombhikisho

2017-05-29 09:31

Cape Town – Umbhikisho waseKhayelitsha uholele ekutheni kuvalwe u-N2 ngaseMacassar.

Umbhikisho usuphazamise kakhulu ukuhamba kwezimoto eziphuma eSomerset West ziya edolobheni.

Nasendaweni kubikwa ukuthi kumnyama ngenxa yentuthu njengoba kushiswa amathayi ezimoto.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe owesifazane kutholakala impahla eyebiwe

Okhulumela amaphoyisa omgwaqo esifundazweni uKenny Africa uthi: “Okwamanje, amaphoyisa asendaweni yesehlakalo. Isimo sisalawuleka, kodwa abantu kudingeka basebenzise eminye imigwaqo ngoba lona uvaliwe.”

URichard Coleman - wedolobha laseKapa - uthe sekushayisane izimoto eziyisithupha kule ndawo kodwa iziphathimandla sezikhona endaweni yesigameko.

Ukushayisana kwalezi zimoto kulo mgwaqo, kulandela izingozi zangempelasonto okushone kuzo abantu abayisikhombisa eKapa. 

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.