Kuvalwe ipulazi lamaqanda eGauteng ngenxa yomkhuhlane wezinyoni

2017-10-11 07:02

Johannesburg - Kuvalwe ipulazi eBoksburg eKurhuleni kulandela ukuqubuka komkhuhlane wezinyoni.

UNgqongqoshe wezoLimo nokuThuthukiswa kweziNdawo zaseMakhaya, eGauteng, uLebogang Maile, uzovakashela epulazini iRooikraal Arendsnes, eVredebos, ngoLwesibili.

Leli pulazi lithintekile kulo mkhuhlane wezinyoni.

OLUNYE UDABA:Ushonile obephethwe umkhuhlane wezinyoni

Uma leli pulazi lisebenza ukwenza amaqanda angu-400 000 ngosuku, aphakela izitolo ezinkulu.

Lo mkhuhlane i-(HPAI) H5N8 ufike eNingizimu Afrika ngoJuni.

 - eNCA

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.