Kuvalwe u-N3 iloli lichitha umthwalo ekuseni

2017-02-08 10:00

Johanneburg - Kuphazamiseke ukuhamba kwezimoto ngoLwesithathu ekuseni iloli lichitha umthwalo waso, obekuyisinongo senyama emgwaqeni omkhulu u-N3.

Abezimo eziphuthumayo babizelwe kule ndawo ekuseni ngo-06:00 bathola iloli liwuchithe wonke umthalwo walo, kubika iTimeslive.

OLUNYE UDABA:Kushone ababili abashayiswe iloli ngesikhathi belungisa elabo

Ngokusho kukaMax Cohen okhulumela abe-Emer-G-Med akekho olimalile kulokhu kodwa bekunesiminyaminya esikhulu ngokweqile.

"Umgwaqo ubugcwele amabhokisi abegcwele iBenny's chicken stock nokuyisinongo senyama. Ngenhlanhla akekho olimalile kulesi sigameko," kusho yena.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.