Kuvalwe umgwaqo kusha iloli likadizili ePitoli

2016-07-07 13:30

Pretoria – Ushonile umshayeli weloli ladizili ngesikhathi eshayisana nenye iloli ku-N4 ngoLwesine ekuseni, kusho abosizo lokuqala baseTshwane.

Kuqubuke ilangabi kwavalwa umgwaqo u-N4 obheke ngaseBrits ngenxa yokuphazamiseka kokuhamb kwezimoto kulandela ingozi ngemuva kwezithuba zabo-12:00, kusho isikhulumi uJohan Pieterse.

Lesi sigameko senzeke phakathi kwa-K8 (Old Rosslyn Road) no-R80 (Mapobane freeway).

OLUNYE UDABA:Kushone ababili kushayisana amaloli eKZN

Ithange ebelithwele amalitha angu-16 500 kadizili lishayise enye iloli ngemuva ebelihamba kancane emzileni wangasesobunxele.

Kuvele kwaqubuka umlilo, kusho uPieterse. Ube esecela abashayel;i ukuba bakugweme ukuhamba kuthelawayeka. Amaphoyisa abesendaweni yesigameko ephenya.

Umshayeli weloli yokuqala uphuthunyiswe esibhedlela ngenxa yokulimala.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.