Kuvele umkhonyovu owenziwe uMasipala weTheku wezigidi zamaRandi

2016-08-01 16:03

Durban - Sekuvele ukuthi uMaspala weTheku ubuwenza umkhonyovu ngezinkontileka zabaphaki bomsebenzi, kubika iThe Mercury.

Kuthiwa lezi zinkampani ziphethwe abantu abagane nabashadelwe abaqondisi bakamsipala, izisebenzi kanti lezi zinkontileka zilinganiselwa ku-R750 miliyoni.

Funda nalolu daba:UNgqongqoshe uyalele ukuba kwenziwe uphenyo ngezingozi eKZN

Bangahle babhekane namacala bonke abanikezwa lezi zinkontileka ngemuva kokuvela kwalo mkhonyovu ngophenyo olwenziwe abe-KPMG.

Lolu phenyo luthathe izinyanga ezintathu kanti umbiko owenziwe ilenkampani wacelwa iwona umasipala ngemuva kwezinsolo zobubegengu ngohlelo lokukhishwa kwamathenda.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.