Kuvuka amacala akudala esikhulu sikaMsipala weTheku

2017-10-29 11:59

eThekwini - Lungase lubuyele enkantolo udaba lwesikhulu sikaMasipala weTheku uThembinkosi Ngcobo kulandela ukuvuswa kwamacala abethwese wona phambilini mayelana neNgqungquthela yokubuyisana eyabhuntsha.

Iphephandaba iLANGA LangeSonto libika ukuthi uNgcobo unikezwe incwadi emyalela ukuba avele phambi kwekomidi lokuqondiswa kwezigwegwe ngomhlaka 10 kuNovemba.

Kuzokhumbuleka ukuthi phambilini uMasipala weTheku wamisa uNgcobo emsebenzini ngale ngqungquthela eyabhuntsha ngomzuzu wokugcina.

Kusolwa ukugxambukela kwepolitiki ngokubhuntsha kwale ngqungquthela njengoba kuholele ekutheni uNgcobo okunguyena ophethe uMnyango wezamaPaki, amaSiko, amaCiko nezokuNgcebeleka amiswe.

UNgcobo unikele enkantolo yezisebenzi nokho umasipala washaya ungqimphothwe, wahoxisa ukumiswa kwakhe emsebenzini.

OLUNYE UDABA: Ihlafuna ijeqeza iMeya yaseRichmond kulandela ukubulawa kweSekala layo

Ngkuthola kwabamaphephandaba, ngoLwesihlanu uNgcobo unikezwe le ncwadi yokuba avele phambi kwekomidi eliqondisa izigwegwe njengoba phakathi kwamanye amacala abekwe wona kubalwa nokumosheka noma ukungaphathwa ngendlela kwemali yabakhokhi bentela.

Ethintwa uNgcobo, ukuqinisekisile ukuthi uyitholile incwadi kodwa wabe enxusa ukuthi kuthintwe ummeli wakhe uReg Thomas.

Lo mmeli uveze ukuthi kuyamangaza okwenziwe wumkhandlu njengoba bese bezitshela ukuthi sebedlulile kulolu daba ngengoba beluyise enkantolo kwaba yiwona umkhandlu ohoxisa isinqumo sawo.

Ngesikhathi kuthintwa uMthunzi Gumede okhulumela iMeya kaMasipala, uveze ukuthi ubengakezwa ngalolu daba lokuvuswa kwamacala kaNgcobo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.