Kuwe ibhulohwe emgwaqeni omkhulu u-N3

2017-08-09 09:30

Johannesburg – Kulimale abantu abane ngemuva kokuba kubhidlike ibhulohwe okuhamba kulona abantu ku-N3 eGermiston, kusho amaphoyisa kaMasipala waseKurhuleni ngoLwesithathu.

Isigameko senzeke ekuseni ngoLwesithathu, kusho okhulumela amaphoyisa kaMasipala u-Inspector Kobeli Mokheseng.

Umgwaqo phakathi kukaVan Buuren Road no-M2 Geldenhuys interchange uvaliwe.

OLUNYE UDABA: Lihlehlile elosolwa ngokubulala iphoyisa

Ibhulohwe liwele emgwaqeni kanti yombili imizila ivaliwe. Ibholohwe liwele phezu kwamaloli kanye nemoto yohlobo lweMercedes-Benz , kusho uMokheseng.

"Sizwe amahlebezi okuthi kubenokuzamazama endaweni, Asinaso isiqiniseko sokuthi ngabe kudalwe ukuqhuma okuthile yini,” kusho uMokheseng etshela iNews24.

Akushonanga muntu kulesi sigameko. Abalimele  baphuthunyiswe esibhedlela.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.